Phendula ngokusenhlizweni nokusemzweni wakho.
Futhi ungaphendula ngokolwazi onalo.
Kuliqiniso ukuthi ukucijisana ngolwazi akupheleli kithi kuphela kodwa kudlulela ezizukulwaneni ezizayo futhi kwakha isizwe ne-Africa yonkana.
Sakha isizwe esinothula nokuzwana nokubekezelelana kodwa lokhu sizokwenza ngokuphumela obala ngamaqiniso afihliwe angasakhulunywa.
Konke lokhu sizokwenza ngenhlonipho.