facebooktwitterpinterest

Reviews, get directions and information for Sisbonanto Funeral Parlour

Sisbonanto Funeral Parlour

About

Sisbonanto Funeral Parlour Official Facebook Page. Sikusiza kwezemingcwabo. Email Us at [email protected] : Underwritten by OldMutual

Description

Sisbonanto Funeral Parlour sikulethela umasingcwabisane osezingeni eliphezulu ngamanani aphansi. Umasingcwabisane wethu ufaka izinto eziningi ezihlanganisa umngcwabo,lokho kwenza umthwalo ubelula kulabo abashonelwe. Sinabasebenzi abanolwazi nothando lomsebenzi kanye nesipiliyoni kwezomngcwabo.

Uyazikhethela wena ukuthi ufuna ukufaka abantu abangaki,ungafaka uZakwakho,Izingane,Abazali,Izingane zakini ngisho neZihlobo imbala. Uma uyilunga lethu awuhlupheki ngoba yithina esigijimayo senze konke okumele kwenziwe uma ushonelwe,konke lokhu sikwenza ngemali encane.

Umuntu onjani ongaba ilunga?
Noma ubani oneminyaka ewu 0 to 100 years nangaphezulu,abenomazisi wase South Africa.

Samukela wonke umuntu?
Asikho isidingo sokuhlolwa ngodokotela ukuze ubeyilunga lethu.
Asibandlululi ngokweminyaka. Ubulunga bugcwala emuva kwezinyanga ezintathu. Umuntu oshone ngengozi akalindi.

Kujoyinwa Mahhala!!
Uhlelo lokukhokha :
-Ilunga elilodwa : R100
-Ilunga neZingane : R100
-Umama+Ubaba+Izingane : R100

Ilunga lingafaka izingane eziwu 10 ezingaphansi kuka 0 to 100

Iminyaka : 0 to 100 years uthola lokhu okulandelayo,uma ungadingi ukungcwatshelwa uthola imali
-R5000
-Hearse
-Imbali
-Imbuzi
-i-Program
-Amadlelo
-Family Car
-Isiphambano
-church Trolley
-Silandainda umzimba,siwugeze siphinde siwugqokise.
-iTende ekhaya (2 Pole) nezihlalo eziwu (100)
-iTende lomndeni
-Airtime R200
-Death Certificate
-Grocer R2000 Cash

Ngeminye imininingwane sithinte.
Cell : +27793005597

Sisbonanto Funeral Pallor singongoti siyabazi ubunzima bokushonelwa othandiweyo,yingakho senza zonke izindlela ukuze wena nomndeni wakho niduduzeke.

Siyakusiza ngaphandle kokubheka ukuthi isimo sempilo sinjani. Sihlezi siseduze ngaso sonke isikhathi ukuze usithole uma usidinga.

Siyinkampani eza kubantu lapho bekhona. Sinothando lomsebenzi esiwenzayo ukuze bagculise wena.

Okudingekayo uma uzojoyina :
-Umazisi (ID)
-Isitifiketi sokuzalwa (Birth Certificate) uma ufaka Izingane.
-Ikheli lalapho ukhona (Residential Address)

Address: 4 Bally Road,3rd Floor,Isipingo Rail 4110, 4110 Durban
Phone: 793005597
Email: moc.oohay@otnanobsis
City: Durban
Street Number: 4 Bally Road,3rd Floor,Isipingo Rail 4110
Zip Code: 4110
categories: insurance company, funeral service & cemetery


Similar places near
Nduduzo Funeral Services Nduduzo Funeral Services 1 miles Indunduzo has provided me and my family an excellent service when I lost my aunt and ...
Nduduzo Funeral Services Nduduzo Funeral Services 3 miles Indunduzo has provided me and my family an excellent service when I lost my aunt and ...
Merebank Funeral Services.cc Merebank Funeral Services.cc 3 miles MEREBANK FUNERAL SERVICE ( Merebank Branch ) 4 Ajmer road , Merebank (031)461 1594 / ...
LTA Cemetery LTA Cemetery 3 miles My mom was buried there in 2020 and when I went to visit her, there was no gravesite ...
Lamontville LTA Cemetery Lamontville LTA Cemetery 3 miles My mom was buried there in 2020 and when I went to visit her, there was no gravesite ...
Mobeni Heights Mobeni Heights 3 miles
Merebank funeral service Merebank funeral service 3 miles OPEN 24HOURS / 7 DAYS A WEEK.
Mousie's Tombstones. - PtyLtd Mousie's Tombstones. - PtyLtd 4 miles Designers of Marble and Granite Tombstones,Repairs and restores.
Mthitshane Funeral Service pty Mthitshane Funeral Service pty 5 miles Mthitshane Funeral Service (pty) Ltd Is the registered comany that provides a holisti...
Comment on this place